"Kushaywa edonsayo (inkabi)," - isiZulu says, meaning the one ox doing the most is the one that gets the most whipping.
kushawa inkomo edonsayo incazelo , ngabe lokhu kuchazani? ukuthi kushawa edonsayo kuchazwa isimo lapho okhuthele khona nguye onikwa umsebenzi kakhulu. Kushaywa edonsayo incazelo : Umuntu okhuthele uyena osetshenziswa kakhulu. Kufana nasemsebenzini uma uwenza kahle umsebenzi nguwe onikwa umsebenzi kakhulu, uma uyingane uthunywa esitolo uhambe usheshe ubuye nezimpahla njengoba uthunyiwe bese kuthi laba abanye bahambe ijuba likanowa, wena othunywa wenze into ngendlela uyohlale uthunywa.
'A protruding nail gets hammered', makes me think of "Don't seem too perfect," one of Greene's rules of power. But my other heart has another inkling ,
Ngangithi Nginomngani essay in Zulu
Kwakumele ngivumele essay in isiZulu
Mina nevoti lami essay in zulu
Imfashini esikhathini samanje Essay in Zulu
Usuku engingasoze ngalukhohlwa zulu essay
Usuku lwami lokuqala esikoleni
Umuntu ngumuntu ngabantu essay in Zulu
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |